top of page

Lahla isinyama ,How to remove isinyama ,Ukugeza isinyama

Lahla isinyama ,How to remove isinyama ,Ukugeza isinyama.

What is isinyama

isinyama sifana nokuba nebhadi so siyifu elimbi,Lokho kusesimweni sefu elimnyama elikulandelayo empilweni yakho so is an unpredictable outcome that is unfortunate that always following you,stalks your family,kids,stalks your work or business ukuthi ngeke kungene ama-client .

isinyama noma Ibhadi liqhamukaphi?.

Ibhadi liqala lapho wenza isono bese uphila ungaqapheli ukuthi wenzani. Amaphutha akho empilweni yakho aletha amandla (imimoya) engemihle noma lapho othile engakufiseli okuhle angakwenza okubi akubangele amabhadi.

Izimpawu zokuthi unebhadi

Uma ushonelwe indoda yakho ungahlambuluki ngaphambi kokulala nenye indoda

Uma uphuphunyelwa yisisu ungageziwe

Uma uqala ukusebenzisa isibongo okungesona esozalo lwegazi lakho

Uma ubona abantu sebeqala ukukuzonda ngaphandle kwesizathu

Uma ubona usebenza kanzima kodwa abanye bekhushulelwa esikhundleni wena lutho oluhle olunikezwa emsebenzini wakho Etc

Ukulala noma ukufeba nabantu abehlukene abanemimoya emibi kugcina sekukufaka kuwena.

Ngakho-ke uma unesinyama esikusukelayo esikuhluphayo ukuthi simosha impilo yakho xhumana nami ku 0732979645 Whatsapp ukuze uthole usizo

Ziningi izindlela zokususa nokuqeda isinyama

Comments


Hi, thanks for stopping by!

I'm a paragraph. Click here to add your own text and edit me. I’m a great place for you to tell a story and let your users know a little more about you.

Let the posts
come to you.

Thanks for submitting!

  • Facebook
  • Instagram
  • Twitter
  • Pinterest
bottom of page