idliso Lothando
Liyini idliso lothando ?.
idliso lothando ungumuthi owenzelwa umuntu wakho othandana naye osuke ufuna engakushiyi aye kwabanye abantu .idliso Lenziwa abesifazane kakhulu namadoda kodwa lidume kwabesifazane. Ngoba baningi emhlabeni wonke bakwenza emadodeni abo ukuze basindise imishado yabo kanye nobudlelwano
Futhi ziningi izindlela zalowo muthi ngaphandle kokulimaza isithandwa sakho ngoba wenziwa kumlingani wakho kuphela. Lowo osuke efaka omunye uyaye amuphekele bese ethasisela ngalomuthi ekudleni kwalowo asuke efuna angamushiyi. Liyaye lithi maselisebenza ke lelidliso lowo odlisiwe angezwa mshini ngalo 'thandiweyo' wakhe, ngeke umhlebe kuye ngoba uyoyithulula injalo indaba kuye. Kuyaye kuthi noma umndeni walowo odlisiwe usola bese uthi uyamtshela ukuthi akayolikhipha avuke ngolaka lo odlisiwe ngoba ebona ngathi bayamsukela umuntu wakhe kwesinye isikhathi ayeke nokuzihlanganisa nomndeni wakhe athande umuntu wakhe nomndeni womuntu wakhe akhohlwe o
wakhe. 0732979645.
Comments